-
1 1
Umbiko wehhovisi le Ombuds
Uhlelo lwe Eaton Ombuds aliwona umgudu osemthethweni
wokuxazulula ukuxabana ngaphakathi kwi Eaton. ngakho ke, imigudu
ehlukile esemthethweni yokuxhumana njengokuphatha noma indlela
yokuziphatha , nokuxhumana ne hhovisi lika Ombuds akuthathwa
njengokwazisa inkampani.
-
3
Umyalezo ophuma kumphathi, we hhovisi le Ombuds
I-Eaton ibe matasatasa kulezi zinyanga eziwu 18 ezedlule
kusukela kumbiko wokugcina ophuma kwi hhovisi le-Ombuds, I-Eaton
seyiphinde yandisa isibalo sabase-benzi abasha ngo 30,000. Kusukela
siqalile, uhlelo lwe-Ombuds sesiluthulile kwiningi lalabo abasanda
kuqashwa ezindaweni ezingu 90 umhlaba wonke. siyanimukela kuhlelo
lwe-Ombuds!Lo mbiko, ubheka isikhathi sika Januwari 2013 -Juni
2014, uzofingqa ulwazi oluphuma kwizehlakalo kubasebenzi
abangaphezulu kuka 2,700 aseke basithinta kulezi zinyanga eziwu 18
ezidlulile. Lombiko uzosinikeza ulwazi oluthe thuthu kumazwe
ayisithupha lapho lolu hlelo lwethulwe khona okokuqala, sigqamise
nemigomo yethu yezehlakalo, sichaze iqhaza nesibopho sehhovisi
le-Ombuds, futhi sinikeze nezibonelo ezibonakalayo zezigameko
ihhovisi le-Ombuds elibhekana nazo. Ngithanda uku-bonga bonke
abasebenzi umhlaba wonke, abanikezele ngesikhathi sabo ukunika
izilinganiso esizisebenzisile kulombiko. Isithombe esingaphandle
siqhamuka kwezinye izithombe ezitsha ze-Ombuds ezizo tholakala kuzo
zonke izindawo umhlaba wonke.Kusukela ngo 2002, ihhovisi le-Ombuds
lilokhu linikeza inqubo mgomo nendlela yokuziphatha ehlukile yama
-Values we-Eaton kushicileliwe futhi kubeyinto esebenzayo
kwinhlangano yonke. Uma ngabe unezikhalazo ezimayelana nomse-benzi,
Ihhovisi le-Ombuds kuwumgodla ogcina okuxoxiwe ngokwemfihlo lapho
ungathola khona i-Eatons Ombuds enolwazi futhi nesipiliyoni sesiko,
amagugu futhi nesikwenzayo ukulalela futhi sikusize
ukuxazulula isimo obhekene naso. Ukuse-benza kwethu
kuyahambisana - akuyisusi noma iphikisane - nemigudu esemthethweni
ye-Eaton efana nomphathi wakho, ukuz-iphatha kwomhlaba wonke futhi
nokuzipha-tha ehhovisi noma i-Humam Resource. Ngenyanga ka Meyi
2014 , u-Evan Arrow-smith, oyi-Field Ombuds yase North America,
uthathe impesheni. Ukuzinikela kuka Evans sizokukhumbula ehhovisi.
Simufisela okuhle kodwa futhi siyambonga ngokuzinikela kwakhe
emsebenzini yonke leminyaka.Lombiko awulona ithuba kuthina kuphela
lokwazisa, kodwa elokufinyelela kum-phakathi wabasebenzi futhi
siphinde sivuselele ukuzibophezela nokuphendula, futhi nokuba
indawo etholakala kalula yokukhiphela izimfihlo, ukungaziphathi
kahle futhi sibe indawo ephakathi lapho abase-benzi bengaxoxa
nanoma isiphi isikhalazo noma into ebahluphayo. Siyabonga
ukusithemba kwenu
Sisungule i-hhovisi le-Ombuds eminyakeni engaphezu kwewu 12
ngenhloso yokunikeza abasebenzi bethu indawo lapho bengakwazi
ukuphakamisa izikhalazo nezinkinga zabo mayelana nomsebenzi
ngendlela ephephile newubum-fihlo. Abasebenzi abaningi uma
benesehlo noma inkinga emsebenzini, okokuqala nje basebenzisa
imigudu efanele njengemenenja noma i-Human Resources. Kodwa-ke,
siyaqonda ukuthi kunezikhathi lapho uthi ungena endawe-ni
eyimfihlo, engathathi macala futhi engaqoshiwe enjenge evumela
abasebenzi ukuba beze futhi babonwe ukuze belulekwe ngenkinga
obekungenzeka ingaphakanyiswa.Kusukela iqala ngo 2002, abantu
abangaphezulu kuka 16,000 bavakashele ihhovisi le-Ombuds nezinkinga
zabo – okuchaza ukuthemba abanakho manje ngalendlela yokuxazulula
inkinga. Ngiyakukhuthaza ukuba ucabangisise ukusebenzisa lesevisi
ebalulekile kangaka lapho isidingo siqhamuka.Ekunikezeni abasebenzi
ithuba lokuphakamisa izinkinga ngendlela enobumfihlo, ihhovisi
le-Ombuds lidlala indima enkulu ekuvezeni ukuzinikela kwe-Eaton
ekwenzeni ngendlela ibhizinisi.
U-Ilene Butensky UMPHATHI , IHHOVISI LE-OMBUDS
Umenzi Oyinhlangano Ogunyaziwe oyi-Ombudsman
Sandy Cutler, USIHLALO NE-CEO
Ihhovisi lika Ombuds: Insiza ezimele neyimfihlo.
2
-
4 5
Indlela YokubikaKulezi zinyanga eziwu 18 ezidlulile , ithimba
le-Ombuds selithule uhlelo lwe-Eaton kubasebenzi abasemazweni afana
ne South Korea, Malaysia, Ningizimu Afrika, Turkey, Saudi Arabia
nase Japan. Ithimba selithule uhlelo kubasebenzi abangaphezulu kuka
19,000 akade besebenza ka-Cooper emazweni awu 14, futhi abasebenzi
abaqhamuka ekutholakaleni kwe Jeil e South Korea, e Rolec ese Chile
futhi e Polimer Kaucuk ese Turkey. Kukonke , i-Ombuds isihlinzeke
ngokuqeqeshwa okusendaweni kwezikhungo aziwu 172 kubasebenzi
be-Eaton abangaphezu kuka 40,000 umhlaba wonke.
Izindawo Ezikade kwengezika Cooper
Ubani osebenzise ihhovisi
Kusukela kutholakala kwe-Cooper ngo 2012, I hhovisi le-Ombuds
selihlinzeke ukuqeqesha kokuzibika kubantu abangaphezu kwa 19,000
akade besebenza kwa-Cooper emazweni awu 14 ezikhun-gweni eziwu
93.
Cishe ikota eyodwa yezigameko kusukela ngoJanuwari ziqhamuka
kwizindawo ebekade kwezika Cooper.
172Izindawo ezive-kashelwe futhi kwaqeqeshwa
6Amazwe amasha
Ukuqinisekisa imfihlo , i-Ombuds igcina kuphela ulwazi
oluphezulu oluqophiwe. ayikho iminininggwane eqophiwe ekwazi
ukukhombisa igama noma ukuthi ubani lo msebenzi
Ubuchule/nobungcweti
20%30%
Umphathi/Nomhloli
16%11%
Ihhovisi
5%5%
Ukuxhumana Kwangaphandle noma Okungaziwa
8%
Osethathe Impesheni/Nowaye sebenza
2%Inkontileka/Okwesikha-shana
1%
46%53%IFemu2,710
Izigameko sezi zonke
30%Asia Pacific
4%*Eyurophu, Middle East nase-Afrika
North America43%
Latin America ne-Caribbean
23%
Ukwaba kwezigameko ngezigceme
* Uhlelo le-Ombuds alukakethulwa emazweni amaningi aseYurophu
asesigcemeni se-EMEA.
I-Ombuds seyithuliwe emazweni awu 30 ebala u 80 wamaphesenti
wabasebenzi be-Eaton.
Abafonela i-Ombuds Izibalo zabantu ngokwebala e-Eaton
Umholi Onesikhundla
2%.05%
-
6 7
JapanNgoJuni 2014, i-Ombuds yakhipha uhlelo lapho cishe
abasebenzi abawu 300 basezindaweni ezine ezihluke-ne e-Osaka, Kyoto
nase Tokyo , Japan kubalwa nababesebenza e-Cooper
TurkeyNgoMashi 2014 , Ithimba le-Ombuds liqeqeshe abase-benzi
abangaphezulu kuka 2,000 kuhlelo lwe-Ombuds emahhovisi kaGesi
ne-Hydrau-lics ase Istanbul futhi nase nkampanini eyizinyawo
eziyisi gidigidi ubukhulu I-hydraulic ne-industrial ese Cerkezkoy
,e-Turkey
South KoreangoMeyi 2013, u-Ilene Butensky beno Sophia Qiao
bavakashela e-South Korea behola izikhathi ezingu 20 beqeqesha
abasebenzi abangaphezulu kuka 500 abasuka kumabhizinisi enza
Isithuthi sikagesi, ne-Hydraulics, kanye nabanye ababesebenza
ku-Cooper. Uqeqesho lwalusin-gethwe e-Busan, Seoul, Pyungtek nase
Hwasung.
Ningizimu AfrikaNgoJuni 2013 , ithimba le-Ombuds lavakashela
e-Wadeville, Kemptom Park , Witbank, Vanderbijl Park, Ekapa ,
Ethekwini nase Richardsbay, eNingizimu Afrika beqeqesha cishe
abantu abangu 500 abasebhizinisini le Electric, i-Hydraulics
neVehicle izikhathi eziwu 23.
Saudi ArabiangoEphreli 2014 , abasebenzi abanga phezulu kuka 80
be-Eaton esikhungweni esise Damamm, Saudi Arabia bathola
ukuqeqeshwa ithimba le-Ombuds.
Amazwe Ayisuthupha AmashaMalaysia Ngo Meyi 2013 , i-Ombuds
ithule uhlelo kubasebenzi bamabhizinisi kaGesi ne-Hydraulics
endaweni yase Kual Lumpur nabese Penang, e-Malaysia.
-
8 9
Ukuba ingxenye ne IOA futhi Ukusebenza OkubungcwetiIthimba
le-Ombuds yase Eaton iseka ubungcweti ngemisebenzi yokuxhumana
nemiphakathi nokungenela i- International Ombudsman Association
(IOA).
Ephreli 2013Ilene Butensky waphakanyiswa kwibhodi labaPhathi
le-Interna-tional Ombudsman Association futhi aphinde abe uSkhwama
weBhodi.
Ephreli 2014Ilene Butensky wakhuluma kwi-American Bar
Associa-tion’s Spring Conference e-Miami, Florida kwisihloko
“Introduction to Ombuds Practices.” Lenkulumo igxile kwikusasa
lemisebenzi ye-Ombuds endaweni yokusebenza.
Juni 2014Sophia Qiao no-Ilene Butensky bakhulume kwi-American
Chamber of Commerce Japan kwi-Tokyo American Club. “Organizational
Ombuds Programs – Izindima Zabo, Inani kanye Umthelela”
bekuyisihloko esethuliwe.
Disemba 2013Gennette Tripari, i-field ombuds e-Latin America
nesifunda sase Caribbean, beyisikhulumi esiqaile kwi-Brazilian
Ombudsman Association’s sixteenth Brazilian Ombudsman Congress
e-Recife, Brazil. U-Gennette wethule ulwazi kubaphathi behhovisi
le-Ombuds e-Eaton, kubandakanya nokushicilelwa kwehhovisi
le-Ombuds, indlela okwenzeka ngayo izinto, izibalo, kanye namasu
okuxhumana. Cishe ngaphezu kuka 360 Wezingcweti ze-Ombudsman
kwi-Brazil yonke ingenele kulo Khongolose.
ukuhlungwa kweziga eko
okunye2%
ubungani nobudlelwane no sebenza nabo
4%Ukusebenza nemisebenzi
16%
6%Ukuphepha nezimpilo
4%Ukulawula nokuziphatha
8%Ubuholi nokuqeqesha
11%Ukunxephezela
11%Inzuzo
10%Ukuphatha indlela okusetshenzwa ngayo
23%Ukuqapha/izikhalazo zabasebenzi
Ukuxhumana okungaphandle5%
ukuqeqeshwa49%
ukufundisa49%
ukuqaba2%
Izinhlobo Zokuseka
Ukuqeqesha Kuba khona uma i-Ombuds isiza umsebenzi ekutholeni
incezelo mayelana nesimo noma isiza ukuqondisisa izinto
angazikhetha futhi nendlela engcono ukuthola lokhu okulindelekile.
Okuningi kakhulu ekuqeqesheni kugcina sekudluliselwa ohambili ngoku
semthethweni kumgudu we-Human Resources noma Indlela
Yokuziphatha.
UkufundisaKwenzeka uma umsebenzi egunyaza i-Ombuds ithathe
isigameko ngokusemthethweni kumgudu ofanele.
UkuphikwaKwenzeka uma isikhalazo sesibekiwe ngokusemthethweni
kwezomthetho noma kulandelwe indlela yokuzwakalisa izikhalazo.
Ukuphikwa kuphinde kwenzeke uma i-Ombuds ingakwazi ukuthola
ukuxhumana nomsebenzi. * Kukho konke ukuxhumana i-Ombuds
iwumuntu
ongathathi cala namuntu futhi ihlala ingasebenzisani futhi
ingagxeki ngesikhathi isingethe ubulungiswa obufanele.
-
10 11
Isigameko EsithileIhhovisi lase Eaton le-Ombuds lixhumene
ngefoni noma siqu nabantu abangaphezu kuka 16,000 kusukela
yasungulwa futhi selilalele izimo ezahlukene kwizindawo zonke
umhlaba jikelele.
Isigameko se-APEXU-Frank unjiniyela wokudweba e-Eaton. Ngonyaka
odlule, u-Carl waba induna entsha. U-Frank uthi u-Carl ubelindele
okwahlukile kuye kunenduna yakhe endala nokuthi ubudlelwano babo
babungebuhle kusukela usuku lokuqala. Kulo nyaka, u-Frank uthole
isilinganiso se P2 APEX, okwamphatha kabi impela ngoba yena belokhu
ewu P3 noma ngaphezulu. Uthi ucabanga ukuthi lesilinganiso asinaso
isizathu futhi asilungile futhi wamelana ngokuphele no-Carl. Lokhu
kwenze isimo sasibi kunakuqala phakathi kwabo. Wabe-ke esethinta
i-Ombuds ukuthola ukululekwa okungathathi macala olujulile
noku-thola ulwazi lokuthi amelane nalesi silinganiso anikwe sona
se-APEX. I-Ombuds no-Frank baxoxisanile ngencazelo yesilinganiso P2
ibe ke i-Ombuds isibuza u-Frank ukuthi wazisiwe isiza-thu sokunikwa
isilinganiso “2” ekusebenzeni kwakhe. Cha akaziswanga.
Mayelana nokufaka isicelo sesilinganiso, i-Ombuds ichazile
ukuthi akukho lakufakwa khona isicelo sokubuyekeza ngenxa yokuthi
isilinganiso sokugcina se-APEX sidinga ukuhlangana namanye
amamenenja kanye namamenenja asesigabeni sesibili ukusayinda.
U-Frank uqeqeshwe yi-Ombuds ukuba abhekane nekusasa lakhe baphin-da
futhi baxoxa ngezindlela eziyaphambili nezinh-le zokulawula
ubudlelwano babo no-Carl kusuka manje. I-Ombuds ibuze u-Frank
ukuthi ugcu-lisekile ngokuba kubizwe umhlangano no-Carl ukulandela
kubhekwe ukuze kubonakale ukuthi u-Carl uzizwa kanjani ngokusebenza
kwakhe. U-Frank wavuma ukuba kuzanywe lendlela. Ngesikhathi
i-Ombuds ibheka naye emasontweni ambalwa, wathi ukusebenzisana
no-Carl, noma kungekuhle, kungcono. U-Frank waveza ukuthi kusobala
yini u-Carl emnika isilinganiso 2 ekuse-benzeni kwakhe nokuthi yini
okumele ayenze uku-khuphula isilinganiso sakhe.
Ubudlelwano BomsebenziIhhovisi le-Ombuds uthole ucingo oluvela
ku-Carmen, umsebenzi wase fekthri oneminyaka ewu 12 yesevisi. Ubika
ukuthi umholi weqembu lakhe akamhloniphi yena anabasebenzi –
abas-abise ngokuthi bazolahlekelwa umsebenzi nokusebenzisa ulwimi
olungalungile. U-Carmen useke wakhuluma nenduna yakhe mayelana
nesimo futhi kwaba ngcono isikhashana kodwa manje uthi
ukungaziphathi kahle sekubuyile. U-Carmen akakhululekile
ngokuphakamisa lenk-inga kwinduna futhi ngakhoke wabona ukuthi
akafonele i-Ombuds.
I-Ombuds yalalela u-Carmen nezinkinga zakhe kwaxoxwa ngezindlela
eziningana, kanye nemiphumela yazo emihle nemibi. Kodwake
ukhathazeke ngokuphindisele, u-Carmen wabuza i-Ombuds ukwethula
ukukhathazeka kwakhe kwi-human resource ngaphandle kokusebenzisa
igama lakhe. Emva kokukhumbuza u-Carmen ukuthi impindiselo
ayivunyelwe Kwimigomo Yokuziphatha e-Eaton, i-Ombuds yavuma
uku-thinta imenenja ye-human resource ukummela. Ibele isiphenya
imenenja yase-huma resource yathola iqiniso ngezikhalazo
zika-Carmen. Ukulandela lokhu, i-human resource ikhulume nomholi
qembu kanye nenduna yomnyango bob-abili – ukucacisa indima yomholi
qembu, umngcele wamagunya okulawula, kanye nendle-la elindelekile
yokuziphatha. Induna iceliwe ukuba iqeqeshe umholi qembu, abuyele
njalo ngenyanga kwi-huma resource ngenqubo, amy-ise futhi
oqeqeshweni olufanele lwaseNyuvesi yse-Eaton. Kulo lonke loluhlelo
akekho owazise omunye ukuthi u-Carmen umuntu ophakamise
loludaba.
Lonkoe ucingo lwahlukile ngendlela yalo, futhi izihloko ezinye
zivamile kakhulu kunezinye. Nazi izigameko ezine ezikhandiwe
ezimele izigameko ezithile ze-Ombuds.
• Ukungabi nesiqiniseko noma udlulisa kanjani inkinga
• Ufuna ubumfihlo nengxoxo engaqoshiwe nomuntu owazi amapholisi
nezinhlelo zenkampani
• Udinga umuntu ongathathi macala ukusoza ubone futhi ilinganise
isimo
• Udinga ulwazi noma ukucaciseleka kokuthile
• Useke wazama umgudu ofanele
“I-Ombuds insiza esizayo – inethiwekhi ephephile enomqondo
kithina.” – Umsebenzi wase Eaton
“I-Ombuds inomhleli ofanele ekuxazululeni izinkinga zomsebenzi
ngesikhathi esifanele.” – Umsebenzi wase Eaton
“Ihhovisi le-Ombuds inhle, izinsiza ez-ingakhethile
zabase-benzi. Linomthelela ekuphileni kangcono kwethu futhi
likhuphule izinga lokwethemba kwethu.” – Umsebenzi wase Eaton
I-ombuds izolalela isimo sakho bese izama ukuqonda ngokuphelele.
Wena ne-Om-buds nizokhiqiza uhlu lwez-indlela ezizwakalayo.
Nobabili, nizobe seni nixoxa ngokuhle nokubi. Izinhlobo zezindlela
zibandakanya: ukuqeqeshwa okuvela kwi-Ombuds mayelana nokuthi
uthintana kanjani nolunye usizo, ukuthola ulwazi oluzokusiza
uxazulule inkinga, ukuba ne-Ombuds ikhulume nomuntu ngendlela
efanele, noma ukuthatha ezinye izindlela zokwenza. Ungakhetha
ukuthi iyiphi indlela engcono kuwe, hhayi i-Ombuds.
Yini engingayilindela uma ngithinte i-Ombuds?
Kungani abasebenzi bexhumana nehhovisi le-Ombuds?
-
12 13
Ubucayi Benkambo YokuziphathaU-Sarah wamukela umsebenzi
njengomsizi nob-hala kumnyango ophethwe u-Michelle, imenenja
yeplanti yase-Eaton. Kwisikhathi esimfishane, u-Michelle ube
nemiphumela emihle kakhulu futhi ehlonishwa impela abasebenzi Kanye
nabaphathi abakhulu.
U-Michelle wanika u-Sarah amarisidi ukuba ahlanganisa umbiko
wanyanga zonke wokuse-benza kwemali. U-Sarah bengakaze awenze
lombiko wokusebenza kwemali phambilini, kod-wa-ke lelorisidi
bekwelento engakhokhelwa inkampani. U-Sarah bengakhululekile ngayo
futhi engathandi ukuqonda u-Michelle ngenxa yokusabela ubudlelwano
bokusebenzisana, noma uma lemali esebenzile isebenze ngendlela.
U-Sarah ubesethatha isinqumo sokuba nengxoxo eyimfihlo
ne-Ombuds. Ndawonye, babuka isimo, uhlelo lokusebenza kwemali,
okuhle nokubi kwezindlela ezahlukene kubandakanya nokuthin-ta
i-Global Ethics and Compliance. I-Ombuds imqinisekisile i-Ethics
ngeke idinge igama lakhe uma efuna lokho. Ukulandela lengxox
ne-Ombuds, U-Sarah ukuthi lokusebenza kwemali kube umngcele futhi,
ukuthola ukuphumula komqondo, uzofonela i-Ethics Help Line ukuthola
bona bamhlaziyela. Umphumela wocingo lika Sarah, Ihhovisi le-Ethics
lathinta uphiko olu-lawulayo laphenya umbiko wakhe wokusebenza
kwemali lase linquma ukuthi impela akukho mthethweni futhi
nakuhlelo lwe-Eton. Lokhu kwadluliselwa ku-Sarah ngesikhathi efona
elandela udaba. Wabonga owehhovisi le-Ethics ngosizo lwakhe
ekuxazululeno lobucayi bendaba nokubuyisa ukuthula emqondweni
wakhe.
Ukukhathazeka Nge-OvertimeU-Tanya wafonela Ihhovisi le-Ombuds
mayelana nemali ye-overtime elidingwa umsebenzi wakhe. Ube
esetshela I-Ombuds ukuthi abanye abasebenzi bebesebenza izinsuku
eziyisikhom-bisa ngesonto izinyanga zilandelana. Ozakwabo abaningi
bonke bayakhononda ngokuthi bakha-thele futhi abasasitholi
isikhathi sokuba nemi-ndeni yabò. U-Tanya uveze ukuthi izikhathi
eziningi abasitholi isikhathi sokusebenza ngò msombùluko ngoba
impahla ayitholakali nge-sikhathi noma iphela yonke ngenxa
yokusetsh-enziswa ngempela sonto. U-Tanya ukhulume nomqaphi
womsebenzi izikhathi eziningi ngalen-daba , kodwa watshelwa ukuthi
noma ngabe udaba lusa lungiswa basa bhekene nama oda asalele
ngemuva . U-Tanya wase ekhetha uku-thinta u-Ombuds ezwe ukuthi
akukho angamenz-ela kona.
Emva kokuxoxa ube esebona ukuthi iziphi izinto ezingatholakala ,
u-Tanya ube esecela i-ombuds ukuthi ikhulume no HR wesikhungo kodwa
ban-galidaluli igama.i-ombuds ibe seyithatha izikhal-azo yazibeka
phambi kwe-HR, naye ke umphathi ube esechaza wathi I planti
inomsebenzi osalele nesidingo se-overtime kodwa waveza
ukukhathazeka kwakhe ngabasebenzi ngoba badinga isikhathi
sokuphumula futhi uzocela izikhulu zibhekisise lokhu futhi. I-Human
Resources iphinde yabalula ukuthi kunabase-benzi abaningi abafuna
ukunikwa i-overtime. Abasebenzi bakwiplanti bacabange ukusungula
iqembu elizobheka isimo sokuhamba kwempah-la ukuqikelela umsebenzi
uyenzeka ngaphandle kwezihibe ngemiSombuluko. Iqembu liphinde
lacabanga izindlela zabasebenzi ukuba bathole isikhathi sokuphuma
abasidingayo.
“Ngiqala ukuxhumana nehhovisi le-Ombuds, balalela ukukhathaze-ka
kwami bangiholela kumuntu ofanele ukuxalula inkinga yami.”
–Umsebenzi wase Eaton
“Phakathi kokugadwa, uku-bekezela noku qeqeshwa nokuzama
ekuhlanganeni no-Ombuds ngithole ukuthi umthetho uyasebenza futhi
ngabon ukuthi indlela yokuse-benza isebenza ngokuthem-beka” –
Umsebenzi wase Eaton
“Ngehhlovisi le Ombuds, ngiyakwazi ukuxoxa ngezinto
ezingihliphayo ngaphandle kokusaba kozophindisela ngamagama. Kulula
ukufinyele-la kubo futhi bangisiza uku-qhubekela phambili.” –
Umsebenzi wase Eaton
Uma i-Ombuds kwabasebenzi abakhokhelwa inkampani, sizokwazi
ngani ukuthi ngeke bathathe macala futhi bazoba nemfihlo?
Ngesikhathi i-Eaton isungula ihhovisi le-Ombuds eminyak-eni ewu
12 edlule, yasungule-lwa ukunikeza abasebenzi ubumfihlo nendawo
ephephile yokuphakamisa kubhekwe futhi izinkinga. Uma ihhovisi
le-Ombuds ngeke ihloniphe ukufakwa kobumfihlo, ne-Eaton Kanye
nabasebenzi bayo ngeke babe nesidingo sayo. Asithathi macala
ngokuthi asibona abaphathi, noma ingxenye yokusebenza kwibhizinisi
ngakho ke asinakho esikubhekile kunoma imuphi umphumela ngaphandle
kobulungiswa
Ubani ongasebenzisa ihhovisi?
Bonke absasebenza , ababese-benza, asebethathe umhlala-phansi ,
abenkontileka , abayitoho naba sebenza izinsukwana bangalisebenzisa
ihhovisi ukuxoxa ngezinkinga zomsebenzi.
-
14 15
ObuyimfihloI-Ombudsman iphethe konke ukuxhumana nalabo abafun
usizo ngobumfihlo obuqondile, futhi ayivezi ukuxhumana okuyimfihlo
ngaphandle uma kunikiwe imvume. Okukodwa ngalobumfihlo ilapho
kuvela ubungozi bokulimaza kanzima.UkuzimelaIsimo se-Ombudsman
izimeles, ukusebenza Kanye nokubukeka kwizinga eliphezulu
kwinhlangano.Ukungathathi macalaI-Ombudsman ihlala ingaqondile
futhi ingathathi cala. I-Ombudsman ayingeneleli kunoma isiphi isimo
esingaphendla ingxabano.Okungekho emthethweniI-Ombudsman,
njengensiza engekho emtheth-weni, ayingeneleli koku formal
adjudicative noma okwamabhalane okuhambisana nokwethulwa kuye.
Ukuxhumana ne-Ombuds akunakwa kwinkampani.Ukufunda okuningi
ngekhodi yokuziphatha nezigaba zomsebenzi we- IOA vakashela
www.ombudsassociation.org.
Ithimba le-OmbudsKusukela kwesokunxele, Sophia Qiao, field
ombuds, Asia-Pacific; Terry Boudreau, field ombuds, North America;
Gennette Tripari, field ombuds, Latin America and Caribbean; Ilene
Butensky, director; Crystal Bahr, associate ombuds; and Devyani
Singh, field ombuds, India, Southeast Asia, Middle East, Africa and
Turkey.
Izigaba Nemisebenzi ye-IOAI-Eaton iyilunga elimatasa
lwe-International Ombudsman Association (IOA). Njenge nsiza ezimee
yabasebenzi be-Eaton, sizolandela Izigaba Nemisebenzi ye-IOA
Yenhlangano ye-Ombuds.
-
Thola usizo nokuphathelene nendawo yokusebenzela.Izindlela zine
zokuthola iseluleko, ukubika izinkinga, Kanye nokubhekana
nezinkinga eziphathelene nomsebenzi.
Ubumfihlo neziNombolo ZamahhalaIphephile futhi yahlukene
nezingcingo ze Eaton. Ukuxhumana nathi, fonela inombolo yamahhala,
noma ikhodi yokungena ye- AT&T + inombolo yamahhala
ARGENTINA 0-800-288-5288 + 866-296-6283AUSTRALIA
1800-755-056CANADA 1-866-296-6283BRAZIL0800-8888-288 +
866-296-6283CHILE 800-360-312 + 866-296-6283COLOMBIA
01-800-911+0010 + 866-296-6283COSTA RICA 0-800-011-4114 +
866-296-6283CHINA - MAINLAND 8008-2008-91 (LANDLINE) 4008-2008-91
(MOBILE PHONE)DOMINICAN REPUBLIC 1-866-296-6283HONG KONG
800-968-331
INDIA 1800-200-3866IRELAND 1800-946-348 INDONESIA
007-803-321-8017JAPAN 0034-800-10-0485 MALAYSIA 1800-81-6205MEXICO
01-800-112-2020 + 866-296-6283NEW ZEALAND 0800-990-074PHILIPPINES
1800-1110-1846 PUERTO RICO 1-866-296-6283SAUDI ARABIA 800-814-2820
(STC FIXED AND MOBILE NETWORKS )800-850-0205 (MOBILITY MOBILE, ZAIN
MOBILE AND ATHEEB NETWORK)
SINGAPORE 800-321-1121NINGIZIMU AFRIKA0800-99-9983 SOUTH KOREA
080-520-0786 SWITZERLAND 0800-835575TAIWAN 0800-088-658THAILAND
001- 800-32-029TURKEY 00-800-1420-78374 (LAND LINE USERS) +90 212
331 4650 (LOCAL CALL) UAE 8000-3570-2896 UNITED KINGDOM
0808-234-5918UNITED STATES 866-296-6283VENEZUELA 0-800-552-6288 +
866-296-6283
Ukuthoa olunye ulwazi, vakashela www.eaton.com/ombuds noma
thumela i-imeyili ku [email protected]/ombudsUkuxhumana
neHhovisi le- Ombuds Office akushaywandiva e-Eaton.
Khuluma Nomphathi Wakho
Buza i-Human Resources
Xhumana Nabakwi- Ethics
Buza i-Ombuds
Uyena okwazi kangco-no, umongo womseben-zi wakho, Kanye
nezink-inga zosuku nosuku njenge zokuphepha, ukubuyekezwa
kokuse-benza, ukunxeshezelwa, noma ukuhlukumezeka.
Xhumana ne-Human Resources uma umpha-thi wakho engakwazi ukusiza
noma unemibu-zo mayelana nezinto ez-injengamathuba omse-benzi,
okukhangiswayo, Nokuyinzuzo.
Ukubika noma ukuxoxa izindaba zomthetho noma ukuziphatha
njen-gokufumbathiswa, uk-weba noma ukupham-bana kwemibono.
Ukudayela imiyalelo ye-sizwe sakho itholakala kwiwebhusayithi
ye-Global Ethics and Com-pliance kwi- JOE.
Khuluma ngokuyimfihlo ne-Ombudsperson en-gathathi macala
mayela-na nendlela yokubheka-na nenkinga noma ukuxazulula inking
eham-bisana nomsebenzi.Iphephile futhi yahlukene nezingcingo ze
Eatons